| Umkhuleko wokucela ukuba ukholo lwande emhlabeni | ||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||
| Nkosi Jesu Kristu, wena owathi: “Hambani lenze izizwe zonke zibe ngabafundi.” Siyakuncenga Nkosi, ukuba uthele uMoya wakho oNgcwele enhliziyweni zabalandeli bakho bonke, ukuze batshisekele ukusindiswa kwabantu bonke. Yenza ukuba omunye lomunye wethu abone ukuthi ulesibopho sokuphendula abangakholwayo, lokuvusa abawileyo, lokubuyisa abalahlekileyo. Nika iBandla lakho ababhishopi labapristi abanengi abalungileyo, lezidelamhlaba ezikhutheleyo abazaqinisa amakholwa akho ngemfundiso langesibonelo esihle. Basa umlilo wothando ezinhliziyweni zamakholwa wonke, ukuze atshisekele ukholo lwawo, leVangeli lakho, abe lokulunga, lokwenza imisebenzi emihle, khona ezakuba yikukhanya komhlaba, adonsele abangakholwayo kuwe lasekuphileni okulaphakade. Sicela ngoKristu iNkosi yethu. Amen. | ||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||
| Ukukhulekela ukuba amakholwa wonke abe ngofakazi beVangeli | ||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||
| Msindisi wethu, Jesu Kristu, Mesiya womhlaba, sicela iPhentekoste entsha! Sicela isivunguzane esitsha, lomlilo omutsha eBandleni lakho, ukuze bonke abalandeli bakho babe litswayi lomhlaba, babe yikukhanya kwawo, babe yimvubelo kubantu bonke. Ngamandla akho langoMoya oNgcwele kungenzeka lokhu, Nkosi. Sicela ngoKristu iNkosi yethu. Amen. | ||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||
| Umkhuleko wabafundela uMbhabhathizo | ||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||
| Nkulunkulu Somandla Simakade, akungikhangele ngomusa, mina ebengisemnyameni, ungihole ekukhanyeni kwakho. Vula ingqondo yami, ukuba ngizwisise izifundo engizifundiswayo, ukholo lwami luzike. Akungithumele uMoya oNgcwele, angisize, angikhanyisele, ngikholwe zonke imfihlakalo zokholo ngingathandabuzi. Ngicela amandla, lothando, lokutshiseka, lokungadinwa ekukukhonzeni, khona ngizakuba likholwa eliqotho. Ngicela ngoKristu iNkosi yethu. Amen. | ||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||
| Ukukhulekela ubunye beBandla | ||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||
| Nkosi Jesu Kristu, wena owakhulekela bonke abakholwa kuwe wathi: Baba ngicela ukuba bonke babe munye, njengalokhu wena ukimi, lami ngikuwe, ukuze umhlaba ukholwe ukuthi nguwe ongithumileyo; njalo wathi ufisa ukuba abalandeli bakho babe mhlambi munye ngaphansi komalusi munye, siyacela ukuba wenze amakholwa onke abe lokholo lunye, lesibaya sinye lomalusi munye. Yehlisela uMoya oNgcwele phezu kwabo bonke abakholwayo, ukuze bazithobe, bathandane, babe nguMzimba wakho obambeneyo. Sicela kuwe ophila ubusa loYihlo loMoya oNgcwele, kuze kube laphakade. Amen. | ||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||
| Umkhuleko wokucela izibizelo | ||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||
| Nkulunkulu, siyakuncenga, akubusise ilizwe lakithi, ngokulinika abapristi, lamabrada, lamasista amanengi alungileyo, abazakuthanda ngokupheleleyo, bathokozele ukunikela impilo yabo yonke ekukusebenzeleni phakathi kweBandla lakho, ukuze abantu bakwazi, bakuthande, basindiswe. Ake ubusise imuli zethu, ukhethe phakathi kwazo abafana lamantombazana abafanele ukuba semsebenzini wakho wokusindisa abantu. Sicela ngoKristu iNkosi yethu. Amen. | ||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||
| Umkhuleko wemuli | ||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||
| Nkosi Jesu Kristu, nguwe uMninizinto zonke, nguwe njalo lombusi wethu sonke. Konke esilakho kuvela kuwe. Uthando esithandana ngalo emulini yethu, luvela kuwe ngoba nguwe owaqala ukusithanda. Amasimu kanye lezifuyo zethu lezithelo zazo kuvela kuwe ngoba nguwe owakudalayo konke lokhu. Ekujabuleni lasekuhluphekeni kwethu, siphephela kuwe ngoba nguwe owasizuzela injabulo ngokuhlupheka langokusifela kwakho esiphambanweni. Nga-kho-ke, siyacela ukuthi usigcine ngomusa wakho ukuze sikusebenzele ngokukhuthala okukhulu insuku ngensuku, sikudumise. Siyakunxusa Nkosi Jesu Kristu ukuba uhlale phakathi kwemuli yethu kokuphela usivikele ezingozini zokomoya lezomzimba. Akwenze kube lokuthula, lokuzwana, lokuxolelana phakathi kwethu size sifinyelele sonke siyimuli nye ekhaya lasezulwini. Sicela ngoJesu Kristu iNkosi yethu. Amen. | ||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||
| Umkhuleko womfana ozizwa ekhwabitha ukuba ngumpristi loba yisidelamhlaba | ||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||
| Nkosi Jesu Kristu, nxa kunguwe ongibizayo ukuba ngibe ngumpristi (isidelamhlaba) kayenziwe intando yakho. Ngicela ukuba unginike inhliziyo ezinikelayo lengathandabuziyo ukulandela intando yakho. Nginika umoya wokuthanda ukuphilela wena leBandla lakho eliNgcwele, lokusiza imiphefumulo ukuba isindiswe. Qinisa inhliziyo yami ekulingweni, unqande umzimba wami enkanukweni ezimbi, ungigcwalise ngoMoya oNgcwele owamnika abaPhostoli labafundi bakho. Ngizibeka ezandleni zakho ukuba wenze okufunayo ngami. Amen. | ||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||
| Umkhuleko wenkazana ezizwa ikhwabitha ukuba yisidelamhlaba | ||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||
| Nkosi Jesu Kristu, Malusi olungileyo ngiyakubonga, nxa kunguwe ongibizayo ukuba ngibe ngumlobokazi wakho. Ngifisa ukukuthanda ngenhliziyo yami yonke, langomoya wami wonke, ngoba nguwe wedwa ongu-Myeni wami. Ake ungiphefumulele uMoya wakho oNgcwele lothando lwakho, ngihlale kuwe kokuphela, lawe uhlale kimi. Nxa ngiphumelele ukuba yisidelamhlaba, ngicela ukuba ungenze ngibe ngcwele, ngiphe isibonelo esihle ebantwini bonke ngize ngife. Amen. | ||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||
| Ukukhulekela amakholwa ahlutshwayo | ||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||
| Nkulunkulu Baba, Mninisihawu, uyavuma ukuba iBandla lithwale inhlupheko lobuhlungu lamanxeba eNdodana yakho, uJesu Kristu. Qinisa abazalwane bethu abahlutshelwa ukholo, ubanike isibindi sokuthwala isiphambano sabo ngokubekezela njengoJesu Kristu. Woba labo kokuphela, ungavumi ukuba behlukane lawe ngenxa yenhlupheko zabo. Sicela ngoKristu iNkosi yethu. Amen. | ||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||
| Ukukhulekela ukuthula emhlabeni | ||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||
| Nkosi Jesu
Kristu, wena owathi mhla uzalwa izithu- nywa zahlabela zisithi: “Udumo
kalube kuNkulunkulu kweliphezulu, lokuthula emhlabeni ebantwini bakhe.”
Watshela abafundi bakho ungakenyukeli ezulwini, wathi ubatshiyela ukuthula
kwakho. Siyakuncenga ukuba wenze kube lokuthula emhlabeni wonke, ika- khulu
elizweni lakithi, ukuze umbuso wakho uqhube- kele phambili. UIsaya
umprofethi ekhuluma ngawe wathi uzakuba nguMeluleki omangalisayo leNkosi
yokuthula; (Isa 9,6). Wathi nxa umbuso usufikile impisi izahlala
lewundlu, ingwe ilale lezinyane, ithole lidle ndawonye lesilwane; (Isa
11, 6). Sicela ukuba kube lokuzwana lokuxolelana lokuthandana phakathi
kwa- bantu bakithi lasemhlabeni wonke. Sicela ngaye uKristu iNkosi yethu.
Amen.
|
||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||
|
Woza Moya oNgcwele, ugcwalise inhliziyo zamakholwa akho, ubase kizo umlilo wothando lwakho. K. Ake uthume uMoya wakho, khona kuzakuba lemvuselelo. B. Uvuselele butsha ubuso bomhlaba. Kasikhulekeni: Nkulunkulu, wena ofundisa inhliziyo zabakholwayo ngokukhanyisa kukaMoya oNgcwele, akwenze ukuba ngaye lowo Moya oNgcwele sihlaka niphele kokuphela okulungileyo, sithokoze, sithatshiswe nguye. Sicela ngoKristu iNkosi yethu. Amen. |
||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||
| Umkhuleko phambi komhlangano (2) | ||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||
| Moya oNgcwele, siphefumulele, ukuze siqhube kuhle umhlangano wethu. Moya oNgcwele, sengamele, ukhanyisele inhliziyo zethu, uqondise izimiso zethu. Moya oNgcwele, seluleke, ukuze konke esizakubumba kulumhlangano kwandise udumo lukaNkulunkulu. Amen. | ||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||
| Umkhuleko emva komhlangano | ||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||
| Nkulunkulu Baba, siyakubonga ngosizo osiphe lona kulumhlangano. Sisize ukuba sikhumbule ukusikhokhela kwakho lezimiso esizenzileyo, sizifezele udumo lwakho. Sikhanyisele kulokho okungabe kungaphelanga, ukuze sikuqede ngesikhathi esizayo. Sicela ngoKristu iNkosi yethu. Amen. | ||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||
| Umkhuleko wokunikela umntwana ecaweni | ||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||
| Nkulunkulu Baba Somandla, siyakubonga ngesipho sosane lolu owasipha sona. Nguwe Baba owamdalayo ngoba umthanda. Ekudaleni kwakho umuntu, wakubona kungafanele ukuba ahlale yedwa, kodwa abe labanye abazancedisana laye empilweni. Lamhla sesiletha umntanethu u... eBandleni njengesibonelo esasifundiswa yiMuli eNgcwele kaJosefa loMariya abaletha iNdodana yakho uJesu, bayinikela kuwe eThempelini. Bayihlanganisa leBandla lakho, isizwe esikhethiweyo, esasimelwe zinceku zakho, uAnna loSimiyoni. Siyacela Baba ukuba uyibusise lingane, oyihlanganisa leBandla lakho lamhla, yenze ikhule isesandleni sakho. Akuyivikele ezingozini zonke ezingayehlela. Phana iBandla lakho labazali balo umntwana, indlela yokuyiphathisa lingane ukuba ikhule ihamba ngendlela esayitshengiswa yiNkosi yethu uJesu Kristu. Sicela lokhu ngaye uJesu Kristu iNkosi yethu. Amen. | ||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||
| Ukukhulekela izwekazi laseAfrika | ||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||
| Nkulunkulu
Baba, iNdodana yakho yathi izingelwa nguHerodi yaphephela eAfrika, elizweni
laseGibithe. Kwathi lapho ithwele isiphambano sayo, isiyasindisa umhlaba
wonke entabeni yaseKhalivari, yathwalelwa isiphambano sayo nguSimoni
waseKureni oweAfrika. Siyakubonga, Baba, ngesipho sokholo owasipha ilizwe
lethu leAfrika. Siyakubonga, ngezibusiso lamathamsanqa onke owawanika
iAfrika, ikakhulu ubuKristu lokuzibusa kwamazwe aseAfrika. Sithemba ukuthi
ngosizo lwakho inhlupho eziqondane leAfrika izimpi, indlala, ubuyanga,
umkhuhlane, ukungazi, kuphele, abantu balelizwekazi bathande ukholo
lobuKristu, babe lentuthuko lengqubekela phambili enganciphiyo, babe lempilo
lenjabulo efanele ubuntu obugcweleyo, ekhomba ukuthi bangabantwabakho
abahlengwa nguJesu Kristu iNdodana yakho, lokuthi wakhile phakathi kwabo,
bangamathempeli kaMoya wakho oNgcwele.
Siyakuncenga, Nkosi ukuba: Uthele uMoya wakho oNgcwele kwabatsha baseAfrika, ukuba bazinikele kuwe, basebenzele ukwanda kokholo. Thela uMoya wakho oNgcwele kumakholwa onke aseAfrika, ukuba aqedisise isibizelo sawo sokuphendula abangakholwayo, labalahlekileyo, lamakholwa awileyo, ukuze bonke bazinikele kuKristu laseBandleni lakhe. Thela uMoya wakho oNgcwele kubazali baseAfrika, ukuba baphe abantwababo isibonelo esihle ngokuziphatha kwabo langothando lwabo, ukuze izizukulwane zakusasa zaseAfrika, zibe yizakhamizi ezikuthabisayo wena Nkosi, lezifanele usindiso lwakho. Akuthele uMoya wakho oNgcwele kubabhishopi labapristi lezidelamhlaba zeAfrika, ukuba balondoloze izifungo zabo, baqinise amakholwa onke ngesibonelo sabo esihle. Thela uMoya wakho oNgcwele kibo bonke abangakholwayo baseAfrika, ukuba bemukele iVangeli likaJesu Kristu iNdodana yakho baphume ebumnyameni basindiswe, bangene ekukhanyeni kwenkazimulo yakho ukuze bamanyane bonke ngaphansi kwakho, babe mhlambi munye, lomalusi munye. Amen. |
||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||
| IROSALI ELINGCWELE | ||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||
| Ingcazelo: Ukukhuleka iRosali yikuhamba ngendledlana yempilo kaJesu, kusukela ezindabeni ezithabisayo zokwemulwa kwakhe, sidabule phakathi kwenhlupheko zakhe lokufa kwakhe, senyukele enkazimulweni yokuvuka kwakhe ekufeni, lokwenyukela kwakhe ezulwini, lokwehla koMthokozisi, uMoya oNgcwele, lokukhazimuliswa kukaMariya, uNina woMsindisi wethu. Okuqakathekileyo ekukhulekeni iRosali yikunakana ngemfihlo loba impilo kaJesu, sizihlanganise layo. | ||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||
| Indlela yokukhuleka iRosali | ||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||
|
||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||
| Imfihlo zeRosali elingcwele | ||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||
| A. Indaba zentokozo: | ||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||
|
||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||
| B. Indaba zokukhanya | ||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||
|
||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||
|
|
||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||
| C. Indaba zenhlupheko kaJesu: | ||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||
|
||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||
| D. Indaba zobukhosi: | ||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||
|
||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||
| IRosali lezinsizi eziyisikhombisa zikaMariya oNgcwele. | ||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||
| IRosali le iqaliswa ngendlela ejwayelekileyo. Ilezigaba eziyisikhombisa. Endaweni yokuthandaza oEkuhle Mariya abalitshumi, uzathandaza Ekuhle Mariya abayisikhombisa kuphela. | ||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||
|
||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||
| IRosali yesihawu sikaNkulunkulu. (Divine Mercy chaplet) | ||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||
| Sikhuleka sisebenzisa iRosali | ||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||
|
||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||||